15/07/2025
An intellectual once said: UNITY = STRENGTH, amid political differences, corruption should least of our problems, SA has a lot of potential of success, our future depends on growth not captured wealth of Shandukas.
Imigwaqo igcwele phama ngisho izimoto azikwazi ukuhamba Kahle e KZN 😳. Abantu baphume ngobuningi bathi baseka u General Mkhwanazi 🫡.
Kuphume ngisho esinedolo, futhi Uma ozoqaphela lapha kukhona abantu abalandela izinhlangano zepolitiki ezahlukene 🤝.
Bakhona abe MK, EFF, ANC, DA, Nkatha and many more. Njengoba lemashi iqale edolobheni nasemalokishini ase KZN nezinye izindawo zihlongoza ukuyiqala kuleli sonto 🧐.
Abantu bathi akekho okumele abe ngaphezulu komthetho uma wonile jeza 🙏🏻. Bathi bazomeseka u Mkhwanazi kuze Kube sekugcineni ngoba imisebenzi yakhe emihle bayayazi 🫡.