Pitas Webzone Internet Cafe

Pitas Webzone Internet Cafe WebZone Internet cafe is situated in Piet Retief Vick volker building.

Our services include criminal record check, SACE registration, ID no verification, police clearance fingerprints, PDP application, CV, copy, online applications, PSIRA renewal.

03/06/2026

IUnisa isivulile for 2nd semester 2026.

02/06/2026

Sure bafowethu last week Tuesday kunomuntu othathe ngephutha iplastic lase Fashion world elinezi tifiketi zika BS Nhlabathi. Siyacela nililethe bafowethu. Usisi uyazidinga izinto zakhe.

28/05/2026

UWebzone ufuna nifunde ngoba yena wayeka isikole wajaha ukuyozula.

28/05/2026

Graphic designer

We are looking for someone who can use
1. Corel draw
2. Adobe photoshop
3. Vinyl cutter
4. Heat press machine
5. Microsoft office

If you know how to use these tools let's talk even via inbox.

21/05/2026
21/05/2026
20/05/2026

Spaza Shops true story...

Kulento yama spaza shops mina ngomunye unyaka ngabhala khona lakuFacebook ngathi onendawo akaphumele obala sivule iSpaza shop endaweni yakhe bese sihlukanisa inzuzo kwavela abantu abambalwa. Sakhulumisana nalabantu abambalwa, sithe uma sesikhuluma ngokusebenzisa indawo yabo ukuvula iSpaza shop bashintsha bacela ukuthenga ama Shares eWebZone. Besho khona ukuthi bona kahle bebafuna ukukhuluma nathi sizokhuluma ngokuba nama Shares eWebZone. Isifundo engasifunda ukuthi abantu abathandi ukuzihlanganisa nento entsha bafuna ukuzihlanganisa nento esephumelele.

Ngiyasho namanje futhi ngisazo phinde ngisho lento yama Spaza shops singayithatha siyenze ibe impumelelo futhi. Ingabe labafowethu bavuma nezindawo zabo ngabe bakude nempilo manje kodwa bakhetha ukuthi amagarage abo akahlale angaba sizi ngalutho. Umnotho muningi kakhulu kumaSpaza shops undlula yonke into esingayicabanga. Kholwa mina. Ake sizifundise ukuzethemba.

18/05/2026

Ngicela onezinombolo zase Essential hardware lapha emandiyeni angizame noma ezomuntu osebenza khona. Kuyaphuthuma. Ozongotholela ngizomupha uR30
airtime. Please

IPressure engaka kodwa bakithi.
16/05/2026

IPressure engaka kodwa bakithi.

Address

7B De Wet Street
Piet Retief
2380

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 08:00 - 17:00

Telephone

+27178264200

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Pitas Webzone Internet Cafe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category