Mkhovu Dlulabehlezisalabemkhuluma Zondi Empangeni

Mkhovu Dlulabehlezisalabemkhuluma Zondi Empangeni Ngingu melaphi wendabuko osiza zonke izifo ngisebenza ngama khambi esintu ngiyelapha 0731561672

03/09/2026

Izintombi zikucela uthando ungashongo lutho.ushaya kwasani lapha

Foshela
Uzeneke
Uzekani
Uzifunele
Imamatheka
Umlomomnandi
Amabele jongosi
Ugelegele
Ubhubhubhu
Uvelabehleke loyellow
Unginakile
Umusa
Uvuma
Untombikayibhinci
Udumba kasbumbu
Umhungulu
Incamashela
Isimanaye
Umthole
Ubhekamina ngedwa izinhlobo zonke
Roslina kancane uwudime ngomhlonishwa
Umabusana
Umunyu
Umzaneno oyellow noyimpande
Iwozawoza
Ubhuzamlandela oyikhubalo
Isqomiso
Uncinci
Umhawukelwa
Isvumelwano
Umthathe

Uyayithaka ngokulingana kungabi bikho odlula omunye.uobe usugquma uphalaza ugeze.lapha sikhanda ugazi lapho ibe negazi elihle kubo bonke abantu besfazane 0731561672

.
03/09/2026

.

Ake ngichaze NGESKHAHLAMEZI

iskhahlamezi umuthi wenzinsizwa ezisa shelayo.uma.ngabe usebenzisa iskhahlamezi intombi ayidabuli ngoba ikuqoma ingathandi ngoba kusuke kuyi skhahlamezi esisuke sisebenza.futhi ngisho ngabe kuthiwa intombi ayiku funi nala ehambe khona kodwa wayishaya ngeskhahlamezi ikuqoma kuthule umoya izisholo Yona ukuthi ayazi ikuqome kanjani.

Kufana noma ngabe intombi noma indoda ikwalile yathi anehlukane.kodwa uma uzosebenzisa iskhahlamezi umuntu wakho ubuya egijima.
Induku yeskhahlamezi akusibo bonke abelaphi abanayo.
Mina njengo ikhona insizwa engayi funda kuyo lenduku.yikho iskhathi esiningi uma ngizoyi khipha ngikhipha ngemali enkulu ngoba sikhuluma ngomuthi ongalali endleleni futhi okuphoqayo ukuthi wenze lokhu osuke ushayelwe khona 0731561672

Awuvale umfazi noma indoda ekufebelayo lanaIbohlololoUnukaniUmahogweIkhanda lofuduAmafutha ofuduAmafutha endlovuIsivaloU...
03/09/2026

Awuvale umfazi noma indoda ekufebelayo lana

Ibohlololo
Unukani
Umahogwe
Ikhanda lofudu
Amafutha ofudu
Amafutha endlovu
Isivalo
Umabopha
Amafutha ebulu
Umnqandane
Umvala sangweni
Usira
Imbongi

Lenduku Uyayi thaka ndlela efanele. Uyenze ilingane uma uyi thaka emva kwalokho uzobe usuyi sebenzisa ngokuthi uyithaka nezinsila zakhe okungaba eyangaphansi uthole nethawula lakhe udonsi okotini bethawulo. Uzobe usu thola uguleni uwubhore imbobo. Izinsila nalo uthi ukufake ndawonye ukuvalele kuguleni
Phindie uzww kuthiwa isthandwa sakho sihlale nomunye umuntu ungowakho ungu a phakade.

0731561672

🙏🙏🙏idlozi liyazi lwela
03/09/2026

🙏🙏🙏idlozi liyazi lwela

03/09/2026

Nasi Isibambelelo sothando esinamandla.ningahlukani ngisho esecasuke kanjani umuntu wakho. Thatha Isimandawonye
Imbune
Umabopha

Uzobe uyuthikaka. Lemithi ugeze ngayo umzimba🌴
Be se uyolala nalowo ongafisi ukuhlukana naye nange ngozi.

Uzobe usu thatha. Amafutha kaxamu, Amafutha embulu, uwahlanganisa
Ne
Ncamu
Ubhekaminangedwa
Isidakwane amafutha
Unzukela
Usimandawonye
Isinama
Imbune
Uzobe usuku Hlanganisa mase ugcoba induku okanye enkomeni uhambe uyolala. Nalowo Ngenke ngiphinde nihlukane nohlukaniswa ukufa GARANTI lenduku. Nginga bheka imali. Nixabana manje. Ngiphinde nizwane manje uma kade nixabene. Umuntu wakho uthamba ebengu tamatisi. Umuntu wakho uthamba ebengu tamatisi 0731561672

03/09/2026

Awugeze idlozi libe lihle livule izinhlanhla

Uamdlozana
Inhlanhlemhlophe
Ijingijolo
Umavulakuvaliwe
Ubhubhubhu
Uvuma omhlophe
Uvelabehleke
Ilethi
Umhlambululi
Umayisaka omhlophe
Umzaneno
Ilawuladlozi
Umngamanzi
Umampunzana
Umaguqu
Umhlambamanzi
Umhlayi
Uqhume
Umvuthamini
Isibhubhu esimhlophe

Lomuthi uzoythola amakhandlela amhlophe. Impepho yamawele. Inkukhu emhlophe

Uzobe usulayitha lamakhandlela amhlophe. Uzobe usu phatha inkukhu yakho ngenzandla ushunqise Impepho yakho. Kodwa Umuthi lona ongenhla uzobe usuwu hlanganisele ufake ebhakedeni. Usuya khuluma uyaxoxa nomuthi. Uzobe usu ulala inkukhu ukhiphe inyongo uyiphose emanzini analo mithi uzobe usuyogeza ngaphandle.
Kodwa nawe ungazi thakela uzwe kusentshenzwa kanjani 0731561672

03/09/2026

IHLALA LIGAYE LIBE IMPUPHU

uthola
Udelunila
Unginakile
Umabopha
Isimandawonye
Ubheka mina
Umvalasangweni
Isimandawonye
Ubuchopho bembila
Ithambo lo khozi
Isikhikhila senkukhu

Uzobe usuzogaya zonke lezinduku uthole uR5 uzothi uma usuwutholile lemithi uyimix mase ubhora ihlala eliphilayo utgathe izinsila zakhe nezakho. Ufake phakathi kuleli hlala. Uzobe usuwumbela umgodie egcekeni ekhaya kini. Uzobe ufaka phakathi leli hlala kanye no R5 uzobe usuya khuluma uthi sbani bani ngifuna mina nawe singahlukane sihlukaniswe ukufa ngifisa uthande mina ngedwa ungamboni omunye umuntu. Uzobe usuyagqiba. Uzobe usuthatha lomuthi ongendla uzobe usuyomdlisa ngawo usunezinsila zakho.

Ukhonkolo istini nosimende phinde nahlukana akangeni owesthathu phakathi kwenu🤞
0731561672

03/09/2026

Nalu uhlanga loku qonywa izintombi zizishelele zona ngoba uba nogazi ngisho emsebenzini

Umsunu wendlovu
Amafutha emvubu yensikazi
Uloslina kancane
Umkhanyakude kancane
Unginakile
Impahla yomlungu
Uvuma omhlophe
Usoka
Amafutha nethambo lenhlwathi

Uyayi gaya uyihlanganise yonke lemithi Kanye namafutha uzobe usuyigcaba phakathi nesphongo,ezinhlafunweni,esphundu

Kodwa ngaphambi kokuba uyisebenzise

Awugqume uphalaze
Ngale mithi 3 to 5 days

Inhlanhle mhlophe
Umavulakuvaliwe
Unginakile
Ibheka Mina ngedwa
Uvuma omhlophe
Usoka

Uyayi hlanganisa ugqume uphalaze emva kwalezi nsuku uzobe usushaya uhlanga lwakho.phela kumele ushelwe izintombi eziza nomnotho kuwe uma kukhona ofisa ukukbuza 0731561672

Isikhonkwane sothando enganyakazi nhloboUdeluninaIsidleke Sika thekwaneUmabophaIntingoUmhlambihloshanaUgobandlovuUqhuzuI...
03/09/2026

Isikhonkwane sothando enganyakazi nhlobo

Udelunina
Isidleke Sika thekwane
Umabopha
Intingo
Umhlambihloshana
Ugobandlovu
Uqhuzu
Izimpande zongwengwe
Imfingo
Ubheka minangedwa
Uskhundla
Isdleke sikathekwane.
Isinama
Inathela
Isigqiki somkhovu
Ithambo levondo
Ufasimba
Uyayi nhlangabisa lemuthi.ayi akadabuli lapha noma ngabe unomnakwenu noma ngabe ufuna ukukujolela lapha kabe esacabanga nhlobo

Bamba nayi imfihlo thola isgqiki somkhovu istshalo sakhona.uzobe usuthatha izinsila zakhe zonke uzihlanganise kanye nale nduku ngenhla..........................utshala kanye nalesi sihlahla sesogqiki somkhovu.akaso phinde ehambe ekhaya.ngisho ungadlula emhlabeni kabe esaya ndawo uyogugela khona lykhaya.

Udinga imithi Yami ungangi fonela ufake iorda 0731561672

03/09/2026

Nayi induku yoku Bamba isthandwa sakho sikushiyi futhi ningahlikani nhlobo sdalwa nje

Amafutha embulu original
Amafutha kaxamu
Ubhekamina ngedwa
Isimanaye
Isinyama
Inamathela
Udelunina

Uyayi hlanganisa lenduku uyigaye ibe yimpuphu efine.emvakwa lokho uzobe usuyigaxa amafutha uyenze ibe yistaputapu.uzobe usuyi gcoba ngaphambili okanye ngaphansi.mase uyolala nalowo ongafuni ukuhlukana naye.uyohlezi ekunamathele

0731561672

Address

Empangeni

Opening Hours

09:00 - 17:00

Telephone

+27731561672

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhovu Dlulabehlezisalabemkhuluma Zondi Empangeni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mkhovu Dlulabehlezisalabemkhuluma Zondi Empangeni:

Shortcuts

Share